Imindeni eshiywe ingenamakhaya idinga indawo ephephile yokuhlala.

Lapho kuba nenhlekelele, i-Airbnb.org inikeza imindeni nabezimo eziphuthumayo abadinga izindawo zokuhlala zamahhala, zezimo eziphuthumayo kuma-Airbnb.
Nikela

Sikholelwa ukuthi izindawo zokuhlala zezimo eziphuthumayo kufanele zibe sekhaya, hhayi endaweni yokukhosela.

Ngemva kwenhlekelele, ukuhlala mahhala ekhaya kunikeza ukuvikeleka, isithunzi, nokuphila okuvamile — kubantu abadala, izingane, nezilwane ezifuywayo.

Kuphumelele emhlabeni jikelele.

Together with hosts and donors, we’re making an impact.
1.6M

ubusuku bamahhala

250K

abantu abatholelwe izindawo zokuhlala

135

amazwe asekelwayo

Iminikelo ixhasa izindawo zokuhlala kuphela. Akukho okunye.

Our model is unique. Operating costs are covered by Airbnb, so all public donations are used to fund free, emergency stays.
Umndeni umi ngaphandle kwendawo yawo yokuhlala ye-airbnb.org

Zibandakanye

Kunezindlela ezimbili eziyinhloko zokunikela ukuze usize i-Airbnb.org inikeze izindawo zokuhlala zamahhala, zezimo eziphuthumayo.
Owesifazane undlala umbhede ekamelweni elihlanzekile, elikhanya ilanga elinombhede onamaphosti amane kanye nekhabethe lokhuni ezinyaweni.

Nikela

Nikela kanye noma wenze umnikelo wanyanga zonke i-Airbnb.org engawusebenzisa ekuxhaseni izindawo zokuhlala zezimo eziphuthumayo.
Owesilisa ogqoke ijezi eliwolintshi nowesifazane ogqoke ingubo empunga bemi emnyango wendlu bemomotheka futhi bencike komunye nomunye.

Bungaza indawo yokuhlala

Uma ungumbungazi we-Airbnb, ungakhetha ukufaka i-Airbnb yakho ngenani elinesaphulelo kubantu abakhahlamezwe yizinhlekelele noma obunye ubunzima.

Konke ukuhlala kunendaba

Hlangana nabantu abakhahlamezwe yizinhlekelele nalabo abanikeze usizo.