Yipha ubusuku

Kubiza u-$110 USD ukunikeza umndeni oswele indawo yokuhlala ubusuku obubodwa. Nikela namhlanje futhi i-Airbnb izonikela ngemali elingana nomnikelo wakho kuze kube ngu-December 31, 2026. *

Yiba negalelo eliphindwe kabili

Siza imindeni eyengeziwe ithole indawo eyidingayo ukuze ivuke izicoshe. Nikela ngesikhathi i-Airbnb ifaka imali elingana neminikelo futhi ungase unikele ngenani lobusuku eliphindwe kabili. Wonke umnikelo wakho uxhasa izindawo zokuhlala zezimo eziphuthumayo zamahhala.
A collage of people sharing hugs and smiles, highlighting families finding comfort through Airbnb.org emergency stays.

Yonke iminikelo ixhasa izindawo zokuhlala zezimo eziphuthumayo zamahhala

Nikela manje
Umuntu endlini

Kuyashesha futhi kuvumelana nezimo

I-Airbnb.org isiza ekunikezeni izindawo zokuhlala zesikhashana, zezimo eziphuthumayo ngamahora ambalwa nje kuphela. Ababungazi, ophathina, nabantu abasekelayo benza lokhu kwenzeke.
Umshini wokuwasha

Ekhaya langempela

Iminikelo yakho ixhasa izindawo zokuhlala zezimo eziphuthumayo ngezinto ezisiza abantu ukuba balulame—njengekhishi, ilondolo, noma indawo yezingane noma yezilwane ezifuywayo.
Umphakathi wabantu

Ukusekela imiphakathi

Ngenxa yokuthi iminikelo ixhasa izindawo zokuhlala, imali ihlala emiphakathini ethintekile ebunzimeni, okusiza wonke umuntu ukuba alulame.

Bona igalelo

Iminikelo isisiza sinikeze izindawo zokuhlala zezimo eziphuthumayo zamahhala ezivakashini emhlabeni jikelele. Ngesipho sakho, singaqhubeka nokusekela abazuzayo abaningi.

Bona igalelo

Iminikelo isisiza sinikeze izindawo zokuhlala zezimo eziphuthumayo zamahhala ezivakashini emhlabeni jikelele. Ngesipho sakho, singaqhubeka nokusekela abazuzayo abaningi.

Umnikelo ongu-$110 usiza ekunikezeni ubusuku obubodwa bendawo yokuhlala yezimo eziphuthumayo.

Ibhulashi elimise okwenhliziyo eliphathwayo
Ibhulashi elimise okwenhliziyo

Imibuzo Evame Ukubuzwa

For an Airbnb.org stay on Airbnb over the past five years, $110 USD is the average booking cost globally for one night.Airbnb will match eligible donations 1:1 until December 31, 2026. Eligible donations are one-time and monthly gifts received by Airbnb.org through the donation tool on this page, airbnb.org/donate. Other donations are not eligible for the match, including but not limited to: donations made through host payout; donations made through third-party platforms or donor-advised funds (such as Fidelity Charitable or Benevity); donations made through Airbnb’s employee giving program; gifts made by check, stock, or other offline methods.Monthly recurring donations shall continue until canceled. For more information on how to cancel your donation, please see the "Manage Your Donation" page linked within your monthly donation receipt email.